Fabiani❤️ 📸 @darionn4K
@Sjava_atm Ynhle lesudu nkabi, ngathi isifundiswa thizeni
@Sjava_atm "Bathi uSjava ka Jama Indlalifa, umakhahlela yonke iminqolo engoboletsheni, Ungena eSbayeni ngehawu akhahlele ukhamba kuchitheke amaqatha esthebeni" .. Ohhhhh Bayede!!!🎷💐🎤✊🏾🤞🏾
@Sjava_atm Awusaba sabi eMtshezi? Bazokuthakathela le sudu😂😂😭😭
@Sjava_atm Bonke bahle mawungekho wena ❤️
@Sjava_atm I understand isizulu here and there but la ni khuluma esi deep🥺
@Sjava_atm Ugqoka uFabiani Kodwa uyinkabiani ephatha isbhamiani
@Sjava_atm U sdumo was supposed to be You and u Sjava abe ngusDuma…
@Sjava_atm Bhuti ungihlaba umxhwele ngawo sonke isikhathi ngicela uMqhele
@Sjava_atm Ubusushaya ucu Uma usukhangeza kanje, khuphuka Bhungane.
@Sjava_atm Frame 2 is already an iconic image 🔥🔥🔥
@Sjava_atm isingisi akusisona sangakithi kodwa ngezwa bathi "you look dapper." the 🐐 of music and kotini. ngisaba nje inzondo eza igijima kuwe 😭
@Sjava_atm Iyona nto abakulwisela yona. Uqine lapho Mfo ka Jama❤️